skip to Main Content

Awuvuleleke kubo bonke abantu umnotho wethu, SUNDAY TIMES [ZULU]

SUNDAY TIMES (Zulu), Ingxenye Yesibili, Page 15

Kumele kuthathwe izinqumo ezinzima ngesibonelelo sentsha, kubhala umholi we-DA, uHellen Zille I USELE isonto ngaphambi kweNkulumo yeSizwe, ngahamba emigwaqeni yasekapa ukuzwa izimvo zabantu ngabakulindele enkulumweni kaMengameli. ESt. George's Mall, ngakhuluma noNkk Priscilla Fischer, waseMitchell's Plain. UNkk Fischer wayethole ngalo lelo langa ukuthi uyadilizwa enkampanini abesebenza kuyo. Inkampani beyibhekene nezinkinga zezimali ngakho kwadingeka iphungule isibalo sabasebenzi ukuze ikwazi ukuqhubeka.


Read full article

Back To Top