skip to Main Content

IWFMELE avuke emaqandeni usomabhizinisi ofuna ukuphumelela,UMAFRIKA

UMAFRIKA, Ezamabhizinisi Page 6

IWFMELE avuke emaqandeni usomabhizinisi ofuna ukuphumelela

GUY VEZI USOMABHIZINISI ofuna ukuhlomula ezigidini ezihlinzekelwe ukuthuthukisa osomabhizinisi, kufanele avuke emaqandeni ngoba uHulumeni ngeke akumele ukuba ngumzanyana kuze lcuyovalwa. Leh yivangeli elishunyayelwa kulezi zinsuku nguMnuz Mike Mabuyakhulu onguNgqongqoshe wezokuThuthukiswa kwezoMnotho nezokuVakasha KwaZulu-Natal, egqugquzela abantu abafuna ukubamba iqhaza Icwezamabhizinisi kodwa abahlale bekhala ngokungalutholi uxhasomali. Ngeledlule uNdiyema ukhulume kanje emicimbini emibili yosomabhizinisi.


Read full article

Back To Top