skip to Main Content

SUNDAY TIMES, Akuvulelwe abesifazane amathuba’

SUNDAY TIMES (Zulu) Page 13


ISIBALO sabantu besifazane abaphethe izikhundla eziphezulu emsebenzini siyenyuka yize kuhamba kancane kodwa kudingeka senyuke isivinini. UPhilisizwe Buthelezi, oyisikhulu esiphezulu seNational Empowerment Fund (NEF) ophinde abe nguSihlalo weGroup Five, uthi iNingizimu Afrika iyathuthuka uma kuza ngasebhekelelweni kobulili ngokulinganayo kuhulumeni. Ngokwezibalo zocwaningo i-The Women in Leadership Census yango-2011, olwalwenziwe yiBusiness Women's Association, kuvela ulutthi kuhulumeni ngo-2011 bebengu-56.3% abesifazane kuthi abesilisa babe ngu-437%. rigU-43.7%. Alcufani nakwezamabhizinisi nokuwumkhakha osasilele kude emuva. Izibalo ziveza ukuthi ngo-2011, ezinkampanini ezingu-70 ezacutshungulwa isibalo sinyuke 1 ngo-25% sabesifazane abangabaciondisi 7 nabangamalungu amabhodi uma kuqhathaniswa nango-2007 lapho isibalo sasimi ku-51.

Read full article

Back To Top